R80,00
IBandla lendawo elinempilo liwumgogodla omqoka kakhulu ekuhanjisweni kwevangeli. Liyisinyathelo sokuqala lapho kufezwa khona umyalelo omkhulu okuMathewu 28:18-20 wokuhambisa ivangeli ezizweni zonke. Lencwadi ebhalwe nguMfundisi uMark Dever iphendula imibuzo eminingi esihlangabezana nayo maqondana nezimfundiso zokuphathwa kweBandla. Ikubeka kucace nangoku-ngananazi ukuthi ‘lezizimpawu eziyisi-shiyagalolunye zeBandla elinempilo’ zimqoka kangakanani ekuvezeni ubunjalo beBandla, ukuthi kahle-hle ‘linempilo’ yini noma libuthakathaka. Lencwadi iwusizo kakhulu ngoba isikhombisa ukubaluleka komsebenzi wethu. Ilungele umPhathi weBandla, isifundiswa esicwaninga iZwi leNkosi kanye naku-noma wubani owumfundi weZwi leNkosi. Ngiyayincoma kakhulu kuwona wonke umuntu onentshisekelo yokwakha iBandla kanye nabafundi bakaNkulunkulu.

© Copyright . Imprint, Leaving a healthy mark on the church in Africa
Reviews
There are no reviews yet.